UJakobe waso ndela ku -Isaka uyise ; wamphatha, wathi: Izwi liyizwi likaJakobe, kepha izandla ziyizandla zika-Esawu.
Wayeselula isandla , wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Wayesehlambuluka masinyane ochokweni lwakhe.
UJesu wamhawukela , welula isandla , wamphatha, wathi kuye : Ngiyathanda; hlambuluka.
Welula isandla sakhe , wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwasuka kuye.
Ngangomuso safika eSidoni ; uJuliyu wamphatha kahle uPawulu , wamvumela ukuba aye kubahlobo bakhe, ahlunyelelwe.