UMelkisedeki inkosi yaseSalema waletha isinkwa newayini ; wayengumpristi kaNkulunkulu oPhezukonke.
u-Ira umJayiri wayengumpristi kaDavide.
Yilezi izikhulu eyayinazo: u-Azariya indodana kaSadoki wayengumpristi;
u-Azariya indodan a kaNathani wayephezu kwezinduna ; uZabudi indodana kaNathani wayengumpristi nomngane wenkosi;