UJeshuruni wayesekhuluphala, wakhaba; usukhuluphele, uzimukile, uchachambile; wayesemshiya uNkulunkulu owamenza , walidelela iDwala lensindiso yakhe.
USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza. UJesu uqala ukusebenza eGalile. Ukubizwa kwabafundi (Mark. 1:14; Luk. 5:1)