Kwabikwa kuSawule ; wathuma ezinye izithunywa ; nazo zaprofetha . USawule wayesephinda wathuma izithunywa ngokwesit hathu; nazo zaprofetha.
Wayesephinda ethuma neyesithathu ; nalena bayilimaza , bayiphonsa ngaphandle.
UJesu wayesephinda eza eKhana laseGalile , lapho enza khona amanzi abe yiwayini. Kwakukhona induna ethile yenkosi endodana yayo yayigula eKapernawume.