U-Abishayi umfowabo kaJowabe indodana kaSeruya wayeyinhloko yabathathu. Waphakamisela abangamakhulu amathathu umkhonto wakhe , wababulala, waba negama phakathi kwalabo abathathu.
u-Ahi ka-Abidiyeli kaGuni wayeyinhloko yezindlu zawoyise.
nabalindisango oShalumi , no-Akubi, noThalimoni, no-Ahimani, nabafowabo; uShalumi wayeyinhloko.
U-Abishayi umfowabo kaJowabe wayeyinhloko yabathathu , ngokuba waphakamisela abangamakhulu amathathu umkhonto wakhe , wababulala, waba negama phakathi kwalaba abathathu.
UJahati wayeyinhloko , noZiza ngowesibili ; kepha oJewushe noBeriya babengenamadodana amaningi; ngalokho baba yindlu inye kayise , bebalwa kanyekanye.
KumaHebroni uJeriya wayeyinhloko , kumaHebroni njengezizukulwane zawo ngezindlu zawoyise . Ngomnyaka wamashumi amane wokubu sa kukaDavide kwafunwa , kwafunyanwa phakathi kwawo amaqhawe anamandla eJazeri kwaGileyadi.