Skip to Content

"wazama"

3 occurrences in ZUL

UDavide wabhinca inkemba yakhe phezu kwezambatho zakhe , wazama ukuhamba, ngokuba wayengakazilingi . UDavide wathi k uSawule: Anginakuhamba nalezi, angikazilingi. UDavide wayesezikhumula.

Nangangomuso wafika kubo belwa , wazama ukubalamula, babuyisane, wathi: Madoda, ningabazalwane; niphathanelani kabi na?

Esefikile eJerusalema wazama ukuzihlanganisa nabafundi ; kepha bonke bamesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.