UNkulunkulu wazifaka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni,
Wazifaka izinti abezebulile emikhombeni nasemiqengqeni yamanzi phambi kwemihlambi, lapho imihlambi iza khona ukuphuza ; yamitha ekufikeni kwayo ukuphuza.
URaheli wayezithathe izithixo , wazifaka esihlalweni sekamela , wahlala phezu kwazo. ULabani waphumputha etendeni lonke, kepha akazitholanga.
Wazifaka izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuba umphongolo uthwalwe ngazo.
Wazifaka izinti emasongweni ezinhlangothini ze -altare ukuba lithwalwe ngazo; walenza ngamapulangwe laba yigobongo.
UMose wamkhumula u -Aroni izambatho zakhe , wazifaka ku -Eleyazare indodana yakhe ; u-Aroni wafela khona esiqongweni sentaba ; oMose no - Eleyazare behla entabeni.