Skip to Content

"wethuka"

4 occurrences in ZUL

Weyise bani, wethuka bani, na? Uphakamisele bani izwi lakho , wabhekisa phezulu amehlo akho, na? NgoNgcwele ka-Israyeli!

Khona uNebukadinesari inkosi wethuka , wasuka wakhuluma, wathi kwabomkhandlu wakhe : Angithi siphonse amadoda amathathu eboshiwe phakathi komlilo na? Baphendula, bathi enkosini: Uqinisile, nkosi.

UZakariya eyibona wethuka, wehlelwa luvalo.

Kepha yena wethuka ngezwi layo ezindla ngokuthi kungaba ngukubingelela kuni lokhu.