Bayakusutha ngamanoni endlu yakho , ubaphuzise okomfula wokuthokoza kwakho.
Phumani nina madodakazi aseJerusalema , nibone inkosi uSolomoni , inomqhele eyawuqheliswa ngunin a ngosuku lokugcagca kway o nangomhla wokuthokoza kwenhliziyo yayo.
Yeka ukushiywa komuzi wodumo, umuzi wokuthokoza kwami!