Skip to Content

"wokwahlulela"

5 occurrences in ZUL

lapho iNkosi igezile insila yamadodakazi aseJerusalema, nalapho isihlanzile igazi laseJerusalema phakathi kwalo ngomoya wokwahlulela nangomoya wokushisa.

Wenza umpheme wesihlalo sobukhosi lapho ebeyakwahlulela khona , umpheme wokwahlulela ; wawembeswe imis edari kusukela phansi kuze kufike phezulu.

nomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni , namandla kubo ababuy isa impi esangweni. Ukonakala kwaseJerusalema

Ngalokho uJehova uyakulindel a ukuba abe nomusa kini ; nangalokhu uyakuphakama ukuba abe nesihe kini , ngokuba uJehova unguNkulunkulu wokwahlulela; babusisiwe bonke abamhlalelayo. Isithembiso sikaNkulunkulu

Nimkhathazile uJehova ngamazwi enu . Nokho nithi: Simkhathaze kanjani? Ngokusho ukuthi : Bonke abenza okubi bahle emehlweni kaJehova ; yena uthokoza ngabo, noma: Uphi uNkulunkulu wokwahlulela na?