kepha uma ehlupheka ngokuba engumKristu, makangabi namahloni, kepha makadumise uNkulunkulu ngenxa yalelo gama.
Wayesethi kuye : Ngenxa yalelo zwi , hamba-ke; idemoni seliphumile endodakazini yakho.
Khona basuka phambi komphakathi bethokoza , ngokuba bebefanele ukudunyazwa ngenxa yalelo gama;
Khona uMose wabaleka ngenxa yalelo zwi , waba ngumfokazi ezweni lakwaMidiyani, lapho azala khona amadodana amabili.