Skip to Content

"yamakohati"

6 occurrences in ZUL

KwaKohati kwavela umndeni wama -Amramu, nomndeni wamaJisihari , nomndeni wamaHebroni , nomndeni wama-Uziyeli; yileyo eyimindeni yamaKohati.

Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu -Elisafani indodana ka-Uziyeli.

Ninganqumi isizwe semindeni yamaKohati kumaLevi,

Inkatho yadla imindeni yamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi ababe ngamaLevi babelwa esizweni sakwaJuda , nasesizweni sakwaSimeyoni , nasesizweni sakwaBenjamini imizi eyishumi nantathu.

yaba ngeyabantwana bakwa -Aroni bemindeni yamaKohati ayengamaLevi ; ngokuba inkatho yokuqala yaba ngeyabo.

Lezi ziyizindawo zawo zokuhlala njengamakamu awo emikhawulweni yawo: amadodana ka -Aroni emindeni yamaKohati ngokuba yiwona adliwa yinkatho yokuqala