Kwathi uFaro esebavumele abantu ukuba bahambe , uNkulunkulu akabaholanga ngendlela yasezweni lamaFilisti , noma kwakuyiyona eseduze ; ngokuba uNkulunkulu wathi: Funa mhlawumbe abantu bazisole, nxa bebona impi, babuyele eGibithe.
Yangena, yatshela inkosi yayo, yathi: Intombazana yasezweni lakwa-Israyeli yasho ukuthi nokuthi.
Washaya nemivini yabo nemikhiwane yabo ; waphula imithi yasezweni labo.
ngiyinqume imizi yasezweni lakho, ngizidilize zonke izinqaba zakho.
Kepha nesivumelwano sokuqala kambe sasinezimiso zenkonzo nendlu engcwele yasezweni.