Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti n gezinsika, nangolwandle, nangezinqe, nangensali yezitsha ezisele kulo muzi,
INkosi yanikela esandleni sakhe uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nenxenye yezitsha zendlu kaNkulunkulu , waziyisa ezweni laseShineyari endlini kankulunkulu wakhe, waziyisa izitsha endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.