Skip to Content

"yilaba"

6 occurrences in ZUL

Maye kithina ! Ngubani oyakusophula esandleni salaba onkulunkulu abanamandla na ? Yilaba onkulunkulu abashaya abaseGibithe nga zo zonke izifo ehlane.

Yilaba azalelwa bona eJerusalema : ngoShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bebane, kuBati Shuwa indodakazi ka-Amiyeli,

Yilaba abangabakayise ka -Etamu: oJizreyeli, no-Ishima, no-Idibashi, igama likadadewabo lalinguHaseleliponi

Yilaba ababemi namadodana abo : kumadodana amaKohati : nguHemani, umhlabeleli, kaJoweli kaSamuweli

Yilaba abayizinhloko zamaqhawe uDavide ayenazo , zibambelela kuye ngamandla ebukhosini bakhe kanye naye wonke u-Israyeli ukumbeka inkosi njengezwi likaJehova ngo-Israyeli.

Abaseleyo emadodaneni kaLevi babe yilaba : emadodaneni ka -Amramu nguShubayeli; emadodaneni kaShubayeli nguJehedeya.