Woyenza i mishayo yomuthi womtholo, ibe yisihlanu , ibe ngeyamapulangwe akolunye uhlangothi lwetabernakele,
Aniyikuyidla usuku lube lunye , noma izinsuku zibe zimbili , noma izinsuku zibe yisihlanu, noma izinsuku zibe yishumi, noma izinsuku zibe ngamashumi amabili,
Inkulungwane iyakubaleka ngokusongela koyedwa ; ngokusongela kwaba yisihlanu niyakubaleka, nize nishiywe njengensika esiqongweni sentab a nanjengebhanela phezu kwegquma.