Wathi kubo uRabi Shake : Ake nisho kuHezekiya , nithi: Isho kanje inkosi enkulu, inkosi yase-Asiriya, ithi: Yithemba lini leli olethembayo na?
Uma ngibeke igolide libe yithemba lami , ngathi egolideni elihle : Ngithemba wena;
ngokuba uJehova uyakuba yithemba lakho , agcine unyawo lwakho ukuba lungabhajwa.
Wathi kubo uRabi Shake : Ake nisho kuHezekiya , nithi: Isho kanje inkosi enkulu, inkosi yase-Asiriya, ithi: Yithemba lini leli olethembayo na?
Alisayikuba yithemba kuyo indlu yakwa -Israyeli, likhumbuza ngokona lapho bebaphendukela, bazi ukuthi ngiyiNkosi uJehova.
kepha thina esingabemini masiqonde , sifake isivikelo sesifuba sokukholwa nesothando, isigqoko sibe yithemba lokusindiswa;