Skip to Content

"yizindawo"

9 occurrences in ZUL

Amasongo ayakuba ngasodinini, abe yizindawo zezinti zokuthwala itafula.

Wonameka amapulangwe ngegolide, uwenze amasongo awo ngegolide, abe yizindawo zemishayo, unameke nemishayo ngegolide.

Ulenzele amasongo amabili egolide phansi kodini lwalo nxazombili , uwenze ezinhlangothini zombili zalo, abe yizindawo zezinti zokulithwala.

Wanameka amapulangwe ngegolide , wawenza amasongo awo ngegolide , abe yizindawo zezinti; wanameka nezinti ngegolide.

Walenzela amasongo amabili egolide phansi kodini lwalo nxazombili , ezinhlangothini zalo zombili, abe yizindawo zezinti zokulithwala.

Wakhanda amasongo amane amagumbi omane ehele lethusi , abe yizindawo zezinti.

Ngalokho indlela yabo iyakuba yizindawo ezibushelelezi; bayakusunduzwa ebumnyameni, bawe kubo , ngokuba ngiyakubehlisela okub i ngomnyaka wokuhanjelwa kwabo, usho uJehova.

UMika waseMoresheti waprofetha ezinsukwini zikaHezekiya inkosi yakwaJuda, washo kubo bonke abantu bakwaJuda , wathi: U sho kanje uJehova Sebawoti, uthi: ISiyoni liyakulinywa njengensimu, iJerusalema libe yincithakalo, intaba yendlu ibe yizindawo eziphakemeyo zamahlathi.

Ngalokho ngenxa yenu iSiyoni liyakulinywa njengensimu, iJerusalema libe yincithakalo, intaba yendlu ibe yizindawo eziphakemeyo zamahlathi.