Bazalwane, ningabi ngabantwana ngengqondo , kanti ebubini nibe yizingane, kepha engqondweni nibe ngabakhulileyo.
ukuze singabe sisaba yizingane , sishukunyiswa okwamaza , sipheshulwa yimimoya yonke yezifundiso ngenkohliso yabantu , ngobuqili obunamacebo okudukisayo;