Ngomsebenzi womqophi ematsheni , njengokuqoshwa kwendandatho , woqopha amatshe omabili njengokwamagama abantwana bakwa -Israyeli, uwafake azungezwe yizisekelo zegolide.
Balungisa amat she amashohamu ezungezwe yizisekelo zegolide , eqoshwe njengendandatho ngamagama amadodana ka-Israyeli.
uhla lwesine lwaba yikrisolithi , neshohamu, nejaspi; ayezungeziwe yizisekelo zegolide lapho zifakwe khona.