Skip to Content

"yokulinganisa"

5 occurrences in ZUL

Uma oyingcwelisayo ethanda ukuyihlenga indlu yakhe , uyakuthasisela okwesihlanu kwemali yokulinganisa kwakho, ibe ngeyakhe.

Uma ongcwelisa insimu ethanda ngempela ukuyihlenga , uyakuthasisela kuyo okwesihlanu kwemali yokulinganisa kwakho, iqiniswe kuye.

umpristi uyakumbalela imali yokulinganisa kwakho kuze kufike umnyaka wejubili, anike ukulinganisa kwakho ngalolo suku kube yinto engcwele kuJehova.

Ngaphakamisa amehlo ami , ngabona; bheka, nango umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe.

Base bephonsa intambo yokulinganisa , bafumana kung amafatome angamashumi amabili ; sebeqhubekile kancane bayiphonsa futhi , bafumana kungamafatome ayishumi nanhlanu;