Iyakuba yimizi yenu yokuphepha kumphindiseli , ukuze umbulali angafi engakemi phambi kwenhlangano, ahlulelwe.
Anifikelwanga ukulingwa okungenjengokwabantu ; kepha uN kulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu, kepha oyakuthi kanye nokulingwa anenzele indlela yokuphepha , nize nibe namandla okukuthwala. Ningakhonzi izithombe