Skip to Content

"zamakamela"

3 occurrences in ZUL

Base bethi oZeba noSalimuna : Suka wena , usihlasele, ngokuba njengendoda anjalo amandla ayo . Wayesesuka uGideyoni, wababulala oZeba noSalimuna, wathatha izimbe du ezinjengenyanga ezazisezintanyeni zamakamela abo. UGideyoni uyala ukubekwa inkosi

Isisindo samacici egolide awacelayo sasingamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide , ngaphandle kwezimbedu ezinjengenyanga, neziqhaza, nezingubo ezibuben de ezazembethwe ngamakhosi akwaMidiyani , nangaphandle kwamaketanga ayesezintanyeni zamakamela awo.

Lapho ebona abamahhashi , amahhashi amabili ngamabili, nezinkweli zezimbongolo, nezinkweli zamakamela , uyakuqaphela nokuqaphela ngesineke esikhulu.