Skip to Content

"zebhali"

5 occurrences in ZUL

Wathi: Ingiphile lezi zilinganiso eziyisithupha zebhali , ngokuba yathi kimi: Ungayi kunyokozala ungaphethe lutho.

Kwavela umuntu waseBali Shalisha, walethela lo muntu kaNk ulunkulu ukudla kolibo, izinkwa zebhali ezingamashumi amabili nezikhwebu ezintsha zamabele enqalathini yakhe. Wathi: Banike abantu ukuba badle.

nina eningingcolisa phakathi kwabantu bami ngezinkweshe zebhali nangezingcezu zesi nkwa ngokubulala imiph efumulo ebingayikufa nokusindisa imiphefumulo ebingayikuphila ngokuqamba kwenu amanga kubantu bami abalalela amanga, na?

Base bebutha , bagcwalisa iziqabetho eziyishumi nambili ngemvuth uluka yezinkwa eziyisihlanu zebhali eyasala kwabadlileyo.

Ngase ngizwa kungathi izwi phakathi kwezidalwa ezine lithi : Imbenge kakolweni ngodenariyu nezimbenge ezintathu zebhali ngodenariyu, kepha amafutha newayini ungakoni.