Kuyakuthi uma ukuphendula ngezwi lokuthula , uzivulele kuwe , abantu bonke abafunyaniswa phakathi kwawo baba yizinceku zempoqo, bakukhonze.
I-Asiriya liyakuwa ngenkemba , kungengamuntu, nenkemba engesiyo eyomuntu iyakuliqeda; liyakubalekela usiko lwenkemba, kepha izinsizwa zalo ziyakuba yizinceku zempoqo.