Abanye babephethe izitsha zenkonzo , ngokuba zangeniswa ngokubalwa , zakhishwa ngokubalwa.
namaLevi awasayikuthwala itabernakele nazo zonke izinto zalo zenkonzo yalo.
nangezigaba zabapristi nezamaLevi , nangawo wonke umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, nangazo zonke izitsha zenkonzo endlini kaJehova;
Kepha nesivumelwano sokuqala kambe sasinezimiso zenkonzo nendlu engcwele yasezweni.
Netabernakele futhi, nezitsha zonke zenkonzo wakufafaza kanjalo ngegazi.