Ngokuba abafo bangivukele ; izidlova zifuna umphefumulo wami ; azimbekile uNkulunkulu phambi kwazo. Sela
Izitha zami zifuna ukungigwinya usuku lonke ; ngokuba baningi abalwa nami ngokuzidla.
Izingonyama ezintsha zibhongela impango , zifuna ukudla kwazo kuNkulunkulu.
Lapho usuchithiwe , uyakwenzani na ? Noma wembatha okubomvu , noma uzivunulisa ngezivunulo zegolide, noma ugqaba amehlo akho ngomuthi , uzenza muhle ngeze; izithandwa zakho ziyakudelela, zifuna ukukubulala.
Abanye-ke kubo babethanda ukumbamba ; kepha akubangakho owambeka izandla. Izikhonzi zifuna ukumbamba uJesu