Qaphelani nina zithutha phakathi kwab antu; nani ziwula, niyakuqonda nini na?
Qondani ukuhlakanipha nina eningenalwazi; nani ziwula, manibe nenhliziyo eqondileyo.
Ziwula, zimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu kunegolide nethempeli elingcwelisa igolide na?
Ziwula, yena owalenza ingaphandle akalenzanga nengaphakathi na?