Skip to Content

"ziyakugcwala"

4 occurrences in ZUL

Ngokuba uma wenqaba ukuba basuke , bheka, ngizakuthumela kuwe izibawu, nakuzo izinceku zakho, nakubantu bakho , nasezindlini z akho; izindlu zabaseGibithe ziyakugcwala izibawu kanye nomhlabathi ezikuwo.

Kepha izilwane zasehlane ziyakubuthisa khona , nezindlu za lo ziyakugcwala izikhova ; kuyakuhlala lapho izintshe , namademoni ayakungqabashiya khona.

Izibuya ziyakugcwala amabele , nezikhongozelo ziyakuchichima iwayini namafutha.

Izitaladi zasemzini ziyakugcwala abafana namantombazana bedlala ezitaladini zawo.