Abantu abanokuqonda bayakusho kimi , yebo, nezihlakaniphi, lapho zingizwa, ziyakuthi:
Zonke izizwe ziyakuthi nibusiswe, ngokuba niyakuba yizwe elithokozisayo, usho uJehova Sebawoti. Ukunqoba kolungileyo
ngokuba ubhekile ubuphansi bencekukazi yakhe . Bheka, kusukela manje izizukulwane zonke ziyakuthi ngibusisiwe.