"zomnikelo"
6 occurrences in ZUL
U-Abrahama wavuka ekusen i, wabophela imbongolo yakhe , wathatha ezimbili ezincekwini zakhe , no-Isaka indodana yakhe ; wacanda izinkuni zomnikelo obuzakushiswa, wasuka waya endaweni uNkulunkulu abemtshele yona.
U-Abrahama wathatha izinkuni zomnikelo obuzakushiswa , wazibeka phezu kuka-Isaka indodana yakhe , waphatha esandleni sakhe uml ilo nomese ; bahamba bobabili kanyekanye.
zonke izinkomo zomnikelo wokushiswa zaziyizinkunzi eziyishumi nambili , nezinqama eziyishumi nambili , nezimvu zamaduna ezinomnyaka munye eziyishumi nambili kanye nomnikelo wazo wempuphu , nezimpongo zomnikelo wesono eziyishumi nambili;
Wayesethi u -Arawuna kuDavide : Inkosi yami , inkosi, mayithathe, inikele ngokuhle emehlweni ayo ; bheka, nazi izinkabi zomnikelo wokushiswa , nezibhulo, nezinto zokubophela izinkabi zibe yizinkuni;
Awulethanga kimi izimvu zakho zomnikelo wokushiswa , awungidumisanga ngemihlatshelo yakho ; angikukhonzisanga ngeminikelo , angikudinisanga ngenhlaka.
Okuseleyo kuyakuba ngokwesikhulu ngalapha nangalapha ko mnikelo ongcwele nefa lomuzi maqondana nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu zomnikelo ngasemkhawulweni wasempumalanga , nasentshonalanga maqondana n ezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ngasemkhawulweni wasentshonalanga , kuqondane nezabelo, kube ngokwesikhulu; umnikelo ongcwele nendlu engcwele kube phakathi nakho.