"zozine"
16 occurrences in ZUL
Uwukhandele amasongo amane egolide , uwafake ezinyaweni zozine zawo , amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo , amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo.
Wolenza i -altare ngomuthi womtholo , ubude balo bube yizingalo eziyisihlanu, ububanzi balo bube yizingalo eziyisihlanu, i-altare lilingane izinhlangothi zozine; ukuphakama kwalo kube yizingalo ezintathu.
Wawukhandela amasongo amane egolide ezinyaweni zawo zozine , amasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo , namasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo.
Kepha lezi ningazidla kuzo zonke izilwanyana ezinamaphiko , ezihamba ngezinyawo zozine , ezinamanqina ngaphezu kwezinyawo zazo ukuxhuma ngazo emhlabeni;
Zazinezandla zomuntu phansi kwamaphiko azo ezinhlangothini zazo zozine . Ubuso namaphiko alezi ezine kwakunje:
Isimo sobuso bazo sasingubuso bomuntu, zozine zinobuso bengonyama ngakwesokunene, zozine zinobuso benkomo ngakwesokhohlo , zozine zinobuso bokhozi futhi.
Ekuhambeni kwawo aya ezinhlangothini zozine , awaphendukanga ekuhambeni kwawo , kepha lapho ikhanda lalibhekisa khona alilandela; awaphendukanga ekuhambeni kwawo.
Wayilinganisa ezinhlangothini zozine ; yayinogange nxazonke , ubude balo buyizingalo ezingamakhulu ayisihlanu, nobubanzi buyizingalo ezingamakhulu ayisihlanu ukwahlukanisa phakathi kokungcwele nokungengcwele.
Unqenqema, ubude balo , babuyizingalo eziyishumi nane , ububanzi balo bungeziyishumi nane ezinhlangothini zalo zozine ; umncele nxazonke kwalo wawuyinxenye yeng alo; isinqe salo sasiyingalo nxazonke , izinyathelo zalo zibheke ngasempumalanga.